01/05/2026
⚽ NEXT MATCH
United Sporting FC 🆚 KwaMashu All Stars FC
📍 Ntuzuma
⏰ 15:00
Last time we came to Ntuzuma, you showed up in numbers — the energy was felt! 🔥
We’re coming back again… niphinde nize ngobuningi and bring that same support!
Back to work.
💚 More Than A Club
’khathi
24/04/2026
⚔️ I-DERBY DOUBLE ISIYAFIKA!
Imidlalo emibili, izinsuku ezimbili — konke kusekhaya!
IKwaMashu All Stars FC ibhekene ne:
🆚 Classic FC
🆚 Thekwini City Style FC
Udlame lwebhola, udumo lweMashu kanye namaphuzu — konke kudlalelwa e Ground No. 6.
Mashu, asihlangane enkundleni!
💚 More Than A Club
’khathi
19/04/2026
⚽ Umphumela wokugcina
Menzulwa Tigers 0–0 KwaMashu All Stars FC
Bekuwumdlalo onzima, amathuba akhona kodwa akwenzekanga. Sithatha iphuzu, siyaqhubeka nokusebenza.
💚 More Than A Club
’khathi
17/04/2026
⚽ UMDLALO OLANDELAYO
IKwaMashu All Stars FC ibhekene ne Menziwa Tigers emdlalweni weLeague.
Abafana balungile, umsebenzi uyaqhubeka enkundleni.
📍 Ntuzuma G Grounds
📅 19 April 2026
⏰ 15:00
💚💛 More Than A Club
’khathi
10/04/2026
🚌 SIPHUMA SIYE PHANDLE KWEKHAYA!
IKwaMashu All Stars FC ibhekene ne Hotspurs FC eNewlands West. ⚽🔥
Inkambu iyashintsha kodwa umgomo uyafana — amaphuzu amathathu!
📍 New Centre Grounds, Newlands West
📅 11 April 2026
⏰ 13:00
Lapho kudlala iMashu, umoya uyashintsha!
💚 More Than A Club
’khathi
26/03/2026
🚌 UHAMBO LUYAQHUBEKA!
IKwaMashu All Stars FC ibhekene ne Young Springboks FC ePhoenix. ⚽🔥
Inkambu iyashintsha kodwa umgomo uyafana — amaphuzu amathathu!
📍 Greenbury Grounds, Phoenix
📅 28 March 2026
⏰ 15:00
Lapho kudlala iMashu, umoya uyavutha!
💚💛
’khathi
21/03/2026
🔥SITHATHE AMAPHUZU AMA-3!
KwaMashu All Stars FC 2️⃣ – 0️⃣ Effingham Dlamini XI
Abashayi bamagoli:
⚽ Senzo Hadebe
⚽ Nhlakanipho Myeza
Ukusebenza okuhle, i-clean sheet kanye nokuzimisela kwabafana! Siyaqhubeka! 💪🏾
💚 More Than A Club
’khathi
21/03/2026
⚽ MATCH DAY
KwaMashu All Stars FC 🆚 Effingham Dlamini XI
📍 Ground No. 6
⏰ 15:00
All eyes on Mashu.
’khathi 💚
11/03/2026
⚔️ I-DERBY YAKWAMASHU!
Amaqembu amabili. Ilokishi elilodwa. Impi yodumo.
Ethekwini Classic FC Vs |
KwaMashu All Stars FC
Lo mdlalo ungaphezu nje kwebhola — yiKwaMashu
Derby!
Lindela umdlandla, ukulwa nokuzigqaja kweMashu enkundleni.
Ground No. 6, KwaMashu C
17 Saturday, 14 March 2026
Kick Off: 15:00
Umsindo wakwaMashu mawuzwakale
💛💚
'khathi