Recovery wellness centre

Recovery wellness centre

Share

Recovery wellness center is a clinical business providing essential health services. We are the specialist in Detoxification and Oxygenation.

21/04/2014

I-Oxygen iyisidingo esikhulu empilweni yomuntu..
Ngokocwaningo olwenziwa yimithombo eyahlukene ikubeka ngokusobala ukuthi i-Oxygen esiyithola emoyeni esiwuphefumulayo isuke isinezinqwaba zama gciwane , ukusenza sigcina sibuthakathaka negazi lethu libenokungcola kanti futhi nezitho zethu zomzimba azibe zisakwazi ukusebenza ngendlela.

ukuze usizakale kulokhu:

Sinomshini osebenza ngamandla e-Oxygen. wekhelwe ukuthi
(i) uyakwazi ukuzicingela uthole amaviruse, amabacteria , amatoxins kanye namanye ama-infection egazini lakho.
(ii) Ube sewuyawahlanza uwakhuculule , ukungcola kusale phakathi emshini.
(iii) Ube sewudedela i-Oxygen enamndla ebe seyilwa nama infections iphinde yelaphe nezifo emzimbeni wakho.

DETOX & OXYGENATE

Photos from Recovery wellness centre's post 15/04/2014

Zitholele ulwazi olupheleleyo maqondana nezifo kanye nezigulo osuphile nazo isikhathi eside , uphinde utholwe ukwelashwa okuNatural . Ngaphandle kokusebenzisa ama drugs.

Sino hlelo lokuhlanzwa komzimba kanye negazi. (DETOX)
Sinomshini osebenza ngamandla e-oxygen , uyacinga uzitholele(detect) ama viruse , amabacteria , amatoxins kanye namanye ama infections emzimbeni wakho. bese uyawahlanza uwakhuculule asale emshini, uvula izimbobo zesikhumba sakho, ubesewudedela i-oxygen enamandla (O3 Ozone) elwa nama infection iphinde yelaphe , ishiye umzimba wakho uhlanzeki, uphilile futhi uvikelekile.

DETOX !!!!!!! DETOX

Photos 15/04/2014

Ngabe unalo ulwazi ngomonakalo olethwe umoya ongcolilile , ukudla okunama chemicals kanye namanzi angahlanzekile.

lokhu kuya emaphashini akho bese ku affecter izikwama ezithwala umoya emaphashini, kuba nenkinga ukuphefumula lokhu kusho ukushoda kwe -oxygen okube sekudedela izinqwabanqwaba zezifo emzimbeni wakho. igazi elisuke selincolile alihambi kahle ngenxa yesisindo sama viruse, bacteria kanye namatoxins .

imiphumela yalokhu: ikhanda elibuhlungu, izinkinga zesifuba -TB , Asthma , izinso , ukungasebenzi komgudu wokudla , isikhumba esibi, amathumba kanye nezilonda, amathambo abuhlungu , ukuvuvukala , ukungalali ebusuku.

kanti thina la eRecovery Wellness Centre sinesixazululo kulokhu.....

12/04/2014

Ngenxa yokwanda kwama viruse amabactera emoyeni esiwuphefumalayo sigcina singatholi I-oxygen eyaneleyo ukugcina imizimba yethu inempilo.
Ukushoda kwe Oxygen khona kusho igazi elingcolileyo ngenxa yezinqwaba zama gciwane amanye siwathola ekudleni esikudlayo okuna machemicals asishiya nokungcola(toxins) egazini lethu.

Ungagcina uhlala ukhathele, igazi lingahambikahle emzimbeni, ube ne acid eningi engagcina ikudalela ama ulcers , amathambo abuhlungu, ukuvuvuka kwezinyawo , ukuqumbelana kanye nokunye okuningi .
Ngingasinda kanjani kulokhu... Comment with your question

Want your business to be the top-listed Gym/sports Facility in Durban?

Click here to claim your Sponsored Listing.

Location

Telephone

Website

Address


Dr AB Xuma
Durban
4001