Landlords sizani bo ningaxhaphazi abaqashi nabo bangabantu futhi banawo amakhaya isimo sokufunda nomsebenzi esibenza bahlale emaflethini enu nasemakameleni enu pls behave yourselves otherwise sokususa ukushisa, KUZOSHUBA, Gud morning Baqashi eMzansi
Tanents United CLUB "abaqashi"
We are a Group if Business community and workers who come to the City for Business and Work, we protect one another from unfair landlords who are outthere Club
Akusikhuze u amen mhlawumbe azophela lamakhaza angaka, ake sibone useven phezulu wemakatolika
Ingabe umastende wakho usakuphethe kahle ? Satshele uma ekuphathisa okwesiqashi sizomuvova ngomthetho agcine esekukhokhela i Rant yena kwakhe, gud nyt Baqashi
Konke kunesikhathi sako as long kuhleliwe nguwe emazulwini Babawethu, intando yakho mayenziwe Amen
Mzansi style or kanjani ?
AWe Thixo wase Gorge Kogh
Ningajahi ukuyolala bakwethu , uthi benisakhumbula nje ukuthi ubusuku isona sikhathi ekufiwa ngaso lol, ungakujwayeli kakhulu ukulala, Amen.
Anizame elinye iholide baholi siyanicela pls, safa unsebenzi, sizolibiza ngo june 19 usuku lokuwaxolela amabhunu
What a day, wow , engathi bangaqala phansi balwele inkululeko laba ababelwa, ukuze thina sibe nelinye iholidi elimnandi kanje, ayiqalephansi inrsha bo pls, viva youth of 2015
Masisukume sakhe June 16, youth Day, no more Burn, Burn, Burn, its Build, Build, Build
Psalms 23: 1,
Awe jesu wase Gorge Kogh
Click here to claim your Sponsored Listing.
Location
Category
Website
Address
Durban