Legend Trading Annual Sports Fest

Legend Trading Annual Sports Fest Legend Trading Annual Sport Fest where TALENT meets OPPORTUNITIES 🌳🌳 Gingindlovu shall rise
(1)

πŸŽ‚πŸŽ‚
22/09/2026

πŸŽ‚πŸŽ‚

Asithathe lelithuba sibongele womunye wo referee osemncane futhi owenza kahle kakhulu futhi ohlezi eyinxenye yayo Legend...
15/09/2026

Asithathe lelithuba sibongele womunye wo referee osemncane futhi owenza kahle kakhulu futhi ohlezi eyinxenye yayo Legend Trading Annual Sport Fest njengoba kule season ABC Motsepe 26/27 eku panel yabo referee okuzukhethwa kubo ukusingatha imidlalo.

Congratulations Nduduzo sikufisela okuhle kodwa πŸŒ³πŸ™βš½

07/09/2026

Taking you back to Legend Trading 6th Annual Sport Fest Draw which was live on our official page πŸŒ³πŸ™Œ

Phahla Lwandile owayedlala ku Darnall Relatives kuyona njalo Legend Trading 6th Annual Sport Fest, uselaphana ku Milford...
06/09/2026

Phahla Lwandile owayedlala ku Darnall Relatives kuyona njalo Legend Trading 6th Annual Sport Fest, uselaphana ku Milford Football Club DDC πŸŒ³πŸ™ŒπŸ”₯

Sikufisela okuhle kodwa ntwana

Midlands Wanderers Football Club πŸ“ΈπŸŒ³πŸ¦Shay imotoπŸ”₯
06/09/2026

Midlands Wanderers Football Club πŸ“Έ

🌳🦁

Shay imotoπŸ”₯

Macambini yonke ayisukume ime ngezinyawo Siphelele Magubane weMagesi ulokhu eyibambe njalo ku ebholeni elikhokhelwayo eS...
24/08/2026

Macambini yonke ayisukume ime ngezinyawo Siphelele Magubane weMagesi ulokhu eyibambe njalo ku ebholeni elikhokhelwayo eSouth AfricaπŸŒ³πŸ™Œ

Ayiphakame yonke iNqutshini nangu Akhona Shandu olaphana ku Milford Football Club 🌳
23/08/2026

Ayiphakame yonke iNqutshini nangu Akhona Shandu olaphana ku Milford Football Club 🌳

Grey🩢🌳035
22/08/2026

Grey🩢🌳
035

Kule weekend ku busy kakhulu laphana ku Lonwabo Shots Games  πŸ”₯πŸ”₯
06/08/2026

Kule weekend ku busy kakhulu laphana ku Lonwabo Shots Games πŸ”₯πŸ”₯

Siyi Legend Trading Annual Sport Fest sithanda ukubongela lensizwa yase Portugal okungu Pedro Dias ebikade iwu Sporting ...
04/08/2026

Siyi Legend Trading Annual Sport Fest sithanda ukubongela lensizwa yase Portugal okungu Pedro Dias ebikade iwu Sporting Director laphana ku AmaZulu FC njengoba isithole ikhaya elisha Ku Sundowns isiyoba ngu Head of Scout. Pedro wakholelwa kakhulu kuyi Vision ka Mxolisie Nhlanhla Mchunu okungu mphathi we Legend Trading Annual Sports Fest lokuthi kufukulwe ibhola lase makhaya nokuthi abafana abancane bethole ithuba lovuziveza. Abaphathi kanye nabahleli be Legend Trading Annual Sport Fest bazolokhu beqhubeke njalo nokufuka ezemidlalo zase makhaya ebese sinxusa nabaxhasi ukuthi basondele 🌳⚽

Address

Gingindlovu

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Legend Trading Annual Sports Fest posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share

Category